sentence
stringlengths 1
163k
⌀ | ISO-639-3
stringclasses 736
values | script
stringclasses 7
values | domain
stringclasses 70
values | lang_family_1
stringclasses 9
values | lang_family_2
stringclasses 21
values | lang_family_3
stringclasses 22
values | lang_family_4
stringclasses 44
values | lang_family_5
stringclasses 56
values | label
stringclasses 746
values |
|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|
Abaningi abaye bakuzama lokhu kusikisela baye baphumelela.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngokuhamba kwesikhathi, imizwa emibi enamandla iba 'ngukubola kwamathambo,' futhi "umoya owaphukileyo uyomisa amathambo."
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Nokho, ukuphila okuphelele ngeke kube nesicefe.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
UJehova wabadala ekugcineni abantu, beyizidalwa eziphakeme kunazo zonke emhlabeni.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Indiza enkulu i - AN - 124 ethwala impahla yayisanda kusuka lapho ezimbili zezinjini zayo ziphuka.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngokuvamile amantombazane asezoqala ukuya esikhathini aba nelukuluku ngalokho okumelwe akulindele.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Nakuba iziboshwa zabezizwe zazingavunyelwe ukuxoxa nathi, laba besifazane abazange bawugcine lowo myalo.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kwamanye amazwe akhinyabezwe ushushiso, ubudlova, indlala nezimo zomnotho ezibucayi, izinceku zikaNkulunkulu ezikholekile zithola imiphumela emangalisayo, njengoba kubika INcwadi Yonyaka YoFakazi BakaJehova Ka - 1998.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kungani uJoweli ebona izixuku zibuthanele "esigodini sokwahlulela"?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Nakuba amanzi ehwamuka, usawoti namaminerali kuyasala.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Omunye umagazini we - Scientific American, uthi: "Ngisho nangemva kwamashumi eminyaka yocwaningo, ukuguga kusalokhu kuyimpicabadala.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kukhona okwakuhamba kabi endlini kaJehova.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Lezi zindlu ngisho nezinkudlwana zabathengisi nabanikazi bemihlaba zazakhiwa ngezitini zegwadle (limestone) bese zihlanganiswa ngodaka lwe - lime.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Izithombe zamaSahilas abalulekile asendulo zazigcwele yonke indawo.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Sicela uthintane nabo, noma ubhalele abanyathelisi balo magazini.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Nokho, uma kunjalo, kungani iBhayibheli lisitshela ukuba 'silulwele kanzima ukholo'? - Jude 3.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
'Banenjabulo kaJehova,' ngoba bayazi ukuthi uye wathatha izintambo ngokungenakunqotshwa mayelana nalo mhlaba futhi wamisa uJesu Kristu njengeNkosi yasezulwini enamandla.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ukulinganisela kuthi abantu abafa babesuka ku - 10 000 kuya ku - 100 000; nokho, okuningi kuyavumelana ngesibalo esingu - 30 000.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Isiqalo sakhe "sisukela ezikhathini zakuqala, ezinsukwini zesikhathi esingaziwa," kusho uMika 5: 2.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Lezi zifundo zabonisa ukuthi izinkolo ziyimbangela yezinkinga eziningi, futhi kimi kubonakala sengathi zazisebenzisa neBhayibheli ngobuzenzisi.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
UJesu watshela uPetru: "Hhayi Kuze kube izikhathi eziyisikhombisa, kodwa, Kuze kube izikhathi ezingamashumi ayisikhombisa nesikhombisa."
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Isibonelo esivelele imfundiso kaZiquzintathu, eyisisekelo esiyinhloko sobulungu eMkhandlwini WamaSonto Wezwe WamaProthestani.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
UJesu watshela abalandeli bakhe bokuqala: "Nizokwamukela amandla lapho umoya ongcwele ufika phezu kwenu, futhi nizoba ofakazi bami... nasezingxenyeni ezikude kakhulu zomhlaba."
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngakho - ke, kufanele ibe ithuluzi eliwusizo enkonzweni yobuKristu futhi kufanele isize ekuvuseni isithakazelo, okuyophumela ezifundweni zeBhayibheli zasemakhaya eziningi ngokwengeziwe.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngiseyingane ngangihambe ngifuna ukugona wonke amakati nezinja engangizibona!
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Wakhuluma nangokubaluleka kokuthola indawo engenamuntu ukuze uthandaze. - Mathewu 6: 6; 14: 13; Marku 6: 30 - 32.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ukuhlola okukhulu kunakho konke osekwenziwe kwesifo sokukhathala esingamahlalakhona kuye kwathola ubufakazi bokulimala kwamangqamuzana ebuchosheni beziguli, ubufakazi bokuqala obubhaliwe bokuphazamiseka kwezinzwa okuhlangene nesifo esiyisimangaliso.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ezinye izitolo zinendawo yazo ehlukile.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Yeka ukuthi kwakujabulisa kanjani ukuba umuntu futhi!
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngaqala ukufunda isayensi.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ukuthi ukuziphatha kwabo kwakukubi ngokungathi sína kangakanani kwabonakala lapho amadoda aseSodoma, 'amasha namadala, abantu bonke bephelele,' ezungeza umuzi kaLoti futhi efuna ngenkani ukuba akhiphe izivakashi zakhe ukuze amadoda aseSodoma anelise izinkanuko zawo ezonakele.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Isilinganiso sokuphila kwemvukuzane siyiminyaka emithathu.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ecaphuna lokho manje okuyiHubo 95: 7, 8, waqokomisa igama elithi "namuhla," nakuba kwase kuyisikhathi eside kusukela uNkulunkulu aphumula ekudaleni.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ingabe Ikusasa Labagugile Lifiphele?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Lokho kwabonakala kuyisimo sengqondo esifiselekayo kimi.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngesikhathi esifanayo, uJesu wayeqaphela ukuthi noma ikuphi ukwamukelwa ayekuthola kulowo mphakathi owawuhlale uguquguquka, kwakungokwesikhashana.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngobusuku obubodwa ngo - 732 B.C.E., ingelosi eyodwa vó yabulala amasosha ase - Asiriya angu - 185 000 ayesongela ikomkhulu lakwaJuda, iJerusalema. - 2 AmaKhosi 19: 35.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngokushesha uNkulunkulu uzoyaleza iNkosi enguMesiya, uJesu Kristu, ukuba ithathe izintambo ezweni lesintu.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Izimangaliso zikaJesu zazingamazwibela ani?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ukubekezelela abanye kungachazwa ngokuthi ukuthambekela kokubekezelela imibono nemikhuba yabanye.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
(Funda uMathewu 5: 27 - 30.)
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Abanye baphinde baboshwa.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kunini lapho isintu esilalelayo siyokujabulela khona ngokugcwele "ukukhululeka kwenkazimulo yabantwana bakaNkulunkulu"?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ithi le ndoda ingamphulukisa uNahamani.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Cishe amaphesenti angu - 78 omoya osemkhathini ayi - nitrogen kanti amaphesenti angu - 21 awumoya - mpilo; iphesenti elilodwa elisele lakhiwa amagesi anjenge - argon, umhwamuko, isikhutha, i - neon, i - helium, i - krypton, i - hydrogen, i - xenon, ne - ozone.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Umsebenzi wakhe kwakuwukugcoba amadoda umzimba ngaphambi kokuzilolonga.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Census Bureau: "Inani labantu kwamanye amazwe ase - Afrika akhungethwe yingculaza lizoqala ukwehla maduzane njengoba lesi sifo sibulala izigidi, futhi ubude besikhathi okulindeleke ukuba abantu basiphile buyoncipha bube iminyaka engaba ngu - 30 ekupheleni kwaleli shumi leminyaka."
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Inhlupho yabe isiphela, futhi uNkulunkulu wathi: "UFinehasi... uyisusile intukuthelo yami kuma - Israyeli; phakathi kwabo ubonise yona leyo ntukuthelo yomhawu engishukumisile nami, futhi ngenxa yalokho ngomhawu wami angiwaqothulanga ama - Israyeli."
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Lapho Ingane Ibuza Ngokufa, 2 / 15
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
(a) Imibuzo ekuJobe 38: 19 ingase iphakamise miphi imibono yesayensi?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kodwa ingabe uNkulunkulu uyalalela?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ekhulwini lokuqala, abesifazane ababili abangamaKristu, u - Evodiya noSintike, baqeda ukuthula kwalo lonke ibandla ngengxabano yabo. - Filipi 4: 2.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
UMbuso kaNkulunkulu usumisiwe emazulwini, futhi maduze uzosusa konke ukungabi nabulungisa kulo mhlaba.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Iqokomisa imiphumela yokuthembela kwezwe elithile kuwoyela, i - Australian Broadcasting Commission iyabika: "Izimoto eziyizigidi ezingu - 26 e - United Kingdom zikhipha ingxenye eyodwa kwezintathu zaso sonke isikhutha esitholakala e - United Kingdom (esibangela ukushisa kwembulunga) futhi zibangela ingxenye eyodwa kwezintathu zako konke ukungcoliswa komoya e - United Kingdom (okubulala abantu abangaba ngu - 10 000 unyaka ngamunye)."
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Wachaza: "Lo mdala wasebenzisa iBhayibheli, ngakho ngaqaphela ukuthi leso siyalo sasivela kuJehova."
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Nokho, eminyakeni yamuva kuye kwaba khona izinzuzo ezithile eziphawulekayo ekufuneni komuntu ukuthula, njengoba uhlu olulandelayo lubonisa.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Akukho ukuvunyelwa kokuphathwa kwabesifazane ngendlela elulazayo.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngemva kokusidala, akabange esazimisela noma esakwazi ukuthatha isinyathelo esithile sokusisiza.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Into ekhethekile esiyijabulelayo njalo ukuthola izindaba ezivela endodaneni yethu ekhonza e - Afrika.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ukuxoxa Ngobulili Ocingweni, 3 / 8
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Igijimela komunye wabaqondisi, bese ima khimilili lapho nje isizofika kuye.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Indoda okukhulunywa ngayo esihlokweni yathi yagqashula otshwaleni ngemva kwezinyanga ezintathu.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kuyini ukuzinikela kokwesaba uNkulunkulu?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ayesabi ukuveza imibono yayo nokuyivikela! "
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ekupheleni kosuku, ngangilinda kuze kube yilapho kungasenamuntu esitolo ukuze ngiphume ngokushesha namaphakethe ami.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngakho, uJesu kanye namakhosi agcotshiwe angu - 144 000 ezulwini, bayokhulula abantu bakaNkulunkulu abasemhlabeni.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Yeka indlela okuphuthuma ngayo ukuba sifune uNkulunkulu ngabo bonke ubuqotho, ngoba, njengoba uPawulu atshela abaseAthene, "kalokhu usememezela kubantu ukuba bonke ezindaweni zonke baphenduke"! - IzEnzo 17: 30, 31.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kuyancomeka ukuthi awasebenzisi inkululeko yokungashadi ukuze aphishekele izifiso zawo zobugovu.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngoba uJesu wathi ngokuphathelene nabalandeli bakhe: "Abasibo abezwe, njengalokhu nami angisiye owezwe."
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ukwephuza ukuthola impendulo yemithandazo yethu ngenkinga ethile kungase kusho ukuthi uJehova ufuna sibonise ukuthi ukuzinikela kwethu kuye kuqotho kangakanani.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Zombili lezi zinhlangothi zazifundiswe ukuthi zazilwa impi yokulunga - evunyelwa futhi ebusiswa nguNkulunkulu.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ibe isilibangisa komunye wemigodi yayo eminingi, embiwe ngokuhlakanipha phakathi kwezimpande zesihlahla ukuze ivikeleke ekugugulekeni nasekuwohlokeni.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kodwa ubuhlungu bokushonelwa bungase bungasheshi ukuphela futhi adinge induduzo nokusekelwa isikhathi esithile.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Yiziphi izinto ezingadala unganambithani phakathi kwamaKristu namuhla?
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
(NgoApril) ISoviet Union imemezela ukuhoxiswa kwamabutho eAfghanistan ngoFebruary 1989; iEthiopia neSomalia avumelana ngokoqeda ukulwa.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngo - November odlule umuntu othile osemusha waseNigeria wabhala:
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Sasebenzisa leso sikhathi ukuze sishumayele endaweni esihlala kuyo, salungisa nezinto ezithile emkhunjini.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Phakathi namahora angu - 24 seliyokwazi ukundiza.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Sesithole abangane abaningi njengoba silokhu sihamba, futhi asintuli lutho.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kumelwe ukuba lena yinkathi ephakathi nokuphila kwezinceku zikaJehova ezimbili ezivelele - uJosefa indodana kaJakobe nomprofethi uMose.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngezansi kunengxoxo uFakazi KaJehova angase abe nayo nomakhelwane.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
INkosi yakwa - Israyeli uDavide yabhekana nokufanayo.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Saqale sazungazungeza sabe sesehla sathi cababa emthambekeni wentaba abantu bendawo ababewuhlelembile bawuthela i - limestone yekhorali ababeyithathe entabeni ebudebuduze.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Uma unemoto, ungase uqashe umakhenikha oqeqeshiwe ukuba akulungisele injini yayo, ukuze imoto yakho ihambe kahle, nangesilinganiso esifanele samafutha.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Akukho lapho ngingaya khona.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
LAPHO amakhosi, abengameli nondunankulu bethatha izikhundla zabo, bathambekela ekukhulumeni ngobulungisa.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
OFakazi BakaJehova bayayazisa inkululeko yabo, futhi bazama ukuyisebenzisela ukukhonza uNkulunkulu nokusiza omakhelwane babo.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kuye kwaba nokunye ukulandisa ngamatshe esichotho amakhulu nasinda ngendlela engakholeki.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
EyamaHeberu 10: 25 isikisela esinye isizathu esibalulekile esenza kudingeke sibe khona njalo emihlanganweni.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Le mikhakha nemisebenzi ihlanganisa ukuthenga izindawo, ukuklama izakhiwo, ukudweba amapulani, ubunjiniyela, ukubala izindleko, ukuthenga impahla, ukwengamela umsebenzi, ukuhlola indawo, ukubeka isitini, ukusebenza ngokhonkolo, ukufaka imishini, ukusebenza ngamapayipi amanzi, ukushisela, ukusebenza ngogesi, ukubaza, ukushayela nokulungisa amaloli amakhulu, ukulungisa ingadi nemisebenzi eyenziwa ekugcineni enjengokupenda, ukufaka ukhaphethi nokunye (finishing).
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kusobala ukuthi lonke ulwazi u - Abrahama ayelutholile kanye nalokho ayebhekane nakho kwamsiza wagcina ubungane bakhe noJehova buqinile.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
(Qhathanisa neyoku - 1 Petru 3: 15.)
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Izinkanyezi ziphathele sonke isintu isigijimi esifanayo.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Cabanga ngendaba ngokunakekela nangomthandazo.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Uma silele, umzimba wethu ukhiqiza i - leptin, i - hormone ngokuvamile etshela umzimba ukuthi sisuthi.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngakho - ke uSathane wayethi uNkulunkulu ugodlela abantu okuthile okuhle.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Kithi namuhla, kusho ukwethemba "isigqila esikholekile nesiqondayo" esimiswe ukuba sisinike "ukudla [okungokomoya] ngesikhathi esifanele," kanye nalabo abakha iNdikimba Ebusayo abaphakathi kwaso. - Mathewu 24: 45.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Hlela ukuba khona kusukela engxenyeni yokuvula eyoqala ngo - 10: 20 ekuseni ngoLwesihlanu, futhi uhlale kuze kube ingxenye yokuphetha ngeSonto ntambama.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngaphandle kokuba ngimkhumbuze, uhamba ayothatha incwadi, eshisekela ukwazi ngendaba elandelayo.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Ngokushesha ngabona ukuthi indlela yami yokuphila yayingalungile, ngakho ngamshiya lo mngane wami wesifazane ngayohlala ngedwa edolobheni engakhulela kulo.
|
zul
|
Latn
|
mt560
|
Niger-Congo
|
Atlantic-Congo
|
Volta-Congo
|
Benue-Congo
|
Bantoid
|
zul_Latn
|
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.