sentence stringlengths 1 163k ⌀ | ISO-639-3 stringclasses 736
values | script stringclasses 7
values | domain stringclasses 70
values | lang_family_1 stringclasses 9
values | lang_family_2 stringclasses 21
values | lang_family_3 stringclasses 22
values | lang_family_4 stringclasses 44
values | lang_family_5 stringclasses 56
values | label stringclasses 746
values |
|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|
Ngalesosikhathi, umsebenzi ka - Ann wawumbonisa imibono yempulelelo angayizuza ngemfundo eyengeziwe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe Usindisiwe? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuze bayosiza kulowo mhlangano, oFakazi abangu - 15 basedolobheni i - Eldoret, elingamakhilomitha angu - 480 eningizimu yekamu, ngokuzithandela bánquma ukuthatha lolu hambo olunzima oluya enyakatho eyomile, futhi babehamba nomuntu ofundelwayo owavuma ukuba kusetshenziswe ikhumbi yakhe nomshayeli wayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abashayeli bashayelwa ihlombe isikhathi eside ngenxa yekhono labo ekubhekaneni nalendawo eyinselele! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Zonke izindlela zakhe ziwubulungisa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Insimu yabo entsha yayineziqhingi eziningana eBocas del Toro Archipelago olwandle lwaseCaribbean, ezazihlala abantu bomdabu amaGuaymi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Bayozwa kanjani kungekho oshumayelayo? "- Roma 10: 13, 14. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wakhuluma lokho; emva kwalokho wathi kubo: "ULazaru umhlobo wethu ulele, kepha ngiyahamba ukuba ngimvuse ebuthongweni." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngalesikhathi uyobe usuzizwa kangcono, futhi abantu bayoqala ukukuncoma ngokubukeka kwakho. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abaningi asebekhulile namuhla bawubonisa ngaziphi izindlela umoya onjengoka - Ana? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
(Funda iHubo 25: 14; IzAga 3: 32.) | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umlobi uWilliam Bernstein uthi: "Ngenxa yokuthi babemesaba lo mPutukezi ononya, futhi bejatshuliswe ukuthola iZwe Elisha, laba babusi baseSpain bakujabulela kakhulu ukufinyelela esivumelwaneni esisha." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Sekungamakhulu eminyaka imiklamo yemihlobiso yezimbali eveza izinhlangothi ezimbili - lapho kusetshenziswa khona izitshalo ukuze kwenziwe isithombe - ihlobise amapaki omphakathi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngibonga uJehova ngokuthi, eminyakeni engu - 40 edlule, ngiye ngaba nomfazi ongisekelayo eduze kwami. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Angisazenzi izinto ezizongilimaza, ngiphila kangcono manje emzimbeni nangokomzwelo kunangesikhathi ngisemncane. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingxenye 17 - kusukela ngo - 1530 Kuqhubeke UbuProthestani - Ingabe BuyiNguquko? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Singathola udumo esingalucelanga lapho abanye besibheka ukuthi senza ngokuvumelana nokuhlakanipha kwaphezulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuze bathole impendulo, ososayensi bamboza lezi zibani ngokuthile okusamazenga afuze lawo atholakala esithweni esikhanyisayo semfinyezi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kulokhu kunelinye iqiniso elingenakuphikwa: Kuze kube namuhla inkolo ibilokhu imdibi - munye namaqembu ezombangazwe kuhlanganise nawezempi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho waqhubeka ebonisa uJohane ukuthi labafundi ababoniswa umusa "bayakubangabapristi bakaNkulunkulu nabakaKristu, babuse kanye naye iminyaka eyinkulungwane." - IsAmbulo 20: 6. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngisho nakulesi sikhungo, le ndlela entsha yaze yamukelwa ngokomthetho ngo - 1854 - uBraille eseneminyaka emibili ashona. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kwakufanele ngikhethe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izazi zenkolo zathi uma usana lufa lungabhapathiziwe, izono zalo ezingathethelelwe ziyoluvimba ukuba lungangeni ezulwini. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UmKristu ngamunye angazuza kanjani 'embewini yokuthula'? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma wawusonta ngaphambili, wazizwa kanjani lapho uchazelwa ngezinjongo zikaNkulunkulu kusetshenziswa imiBhalo noma lapho uchazelwa izimfundiso okwakunzima ukuba uziqonde? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokombiko we - World Health Organization owanyatheliswa ngo - 2001, utshwala buyimbangela enkulu yokufa kwabesilisa baseYurophu abaneminyaka engu - 15 kuya kwengu - 29 ubudala. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
I - Independent ibika ukuthi eBrithani "ukucindezeleka kokufunda kubakhathaza kakhulu abafundi." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
EMihlanganweni Yezigodi NeYezizwe 'Yendlela KaNkulunkulu Yokuphila' kwamukelwa izwi lesinqumo elibalulekile | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho kuba sobala ukuthi wayengatholi imisebe embonini yenuzi, indlu yakhe yahlolwa, futhi kwatholakala ukuthi iyona ewumthombo wokungcola. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
AmaMalay amaningi azalwe engamaBuddha, abalandeli bakaTao, noma amaHindu, aye akhangwa ukuguquka okusheshayo okuthenjiswa izithunywa zeLobukholwa, futhi aye angenela amahlelo obuProthestani. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umphumela uba ukuthi imvula iyageleza, ingondli inhlabathi kodwa yondle imifula. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
"Ngokokuqala ngqá emlandweni waso," kuphawula incwadi ethi Protecting the Tropical Forests - A High - Priority International Task, "namuhla isintu siseqophelweni lokubhubhisa izisekelo zokusinda kwaso hhayi ngokwezinga lezifunda noma lezindawo kuphela, kodwa ngokwezinga lembulunga yonke." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
K wagcwaliswa isitifiketi sokubhapathizwa, futhi sakhelwa kahle salengiswa odongeni lomuzi wakithi, kanye nezitifiketi zokubhapathizwa zabafowethu ababili abadala, uAlbert Edward noHerman Frederick. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Okokuqala, bheka ukuxhumana okuthiwa kukhona phakathi kwemali nenjabulo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
(Funda izAga 11: 14.) | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
EAustralia elinye iqembu elivakashile lahlangana nomsizi kangqongqoshe wezempilo osebenzela umbuso waseNew South Wales. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UStavros noDora Kairis bathi masihlale nabo emzini wabo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wayemsola ngento embi ngempela! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe lokhu kufanekisela okuthile okwakuzokwenzeka kamuva? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
'Ngangicabanga Ukuthi Ukumpontshelwa Igazi Kuwukuphila,' 8 / 8 | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Laba "bonakalisi bokwethembana," kuphawula omunye umlobi, "bamba imihosha nemifantu ebudlelwaneni babantu." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kusukela ngo - 1962 kuya ku - 1970, inani labamemezeli boMbuso eMadagascar lakhuphuka lisuka ku - 85 laya ku - 469. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wathi kudingeka ngihlinzwe ngokushesha futhi ngimpontshelwe igazi, ngaphandle kwalokho ngizokufa phakathi namahora ambalwa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yeka isikhathi esihle leso okuyoba yiso! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yikuphi ukuthula abantu bakaNkulunkulu abakujabulelayo namuhla? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kwakunezibonelo ezingokomlando zabathile ababethembeke kwaze kwaba sekufeni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abanye abafowethu nodadewethu abathandekayo bavaleleke ezindlini, mhlawumbe ngisho nasemakhaya asebekhulile ngenxa yokukhula noma ukugula. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa Kuyiqiniso! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yebo, miningi iminyango yomsebenzi evulekile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umuntu udinga injongo ecacile ekuphileni | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
NgokukaKane, "lezizici zaziwusizo kakhulu ezithunyweni zevangeli ezingamaKristu njengoba zazihamba kulo lonke izwe laseRoma zishumayela ivangeli futhi zimisa namasonto." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Khetha imisebenzi eyinzuzo lapho useholidini | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, abanye babheka ukukhipha isisu njengokungalungile - ukushaya indiva isibopho sowesifazane okhulelwe sokuvikela nokunakekela ingane yakhe ayithwele. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Bonke abanye kumelwe babhubhe ngosuku lwempindiselo yakhe. - Jeremiya 25: 31 - 33. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UMasashi wayengumdala ebandleni elisenyakatho yeJapane. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
I - Book of Mormon - Isisekelo Sokholo | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma kungenzeka umuntu ebe incwadi yakho yamasheke noma amakhadi okuthenga ngesikweleti, angathenga ngawo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa wawushintsha lowo mbono. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngo - 455 B.C.E., iqembu elikhulu lamaJuda, kuhlanganise nezingane eziningi, lalibuthene endaweni yomphakathi emzini waseJerusalema. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Umagazini i - Psychology Today uthi: "Lapho umholo usungaphezu kwezinga lobumpofu, kuyamangalisa ukuthi ukwanda kwawo akuhlobene nenjabulo yomuntu siqu." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Watshela u - Edwin ukuthi wayethandaza ngakho ngesikhathi esejele, wayesebuza u - Edwin ukuthi ukhona yini uFakazi amaziyo ongaba unkosikazi okahle. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
'Bakubona kusekude ukugcwaliseka kwezithembiso zikaNkulunkulu.' | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abafundi bakhuthazwa ukuba 'baqhathanise lezizici ezihehayo nokuphepha' lapho becabangela ukugibela isithuthuthu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Wenza izinhlobonhlobo zezilwane nezinyoni ezihlaba umxhwele, futhi wadala izimbali ezenezela umbala nobuhle endaweni esikuyo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukwenza leso sithembiso kunganisiza nobabili ukuba nisebenzise lesi seluleko seBhayibheli: "Ilanga malingashoni nisesimweni sokucasuka." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma u - Israyeli esebenza ngokuzimisela, wayeyochuma. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngempela, wayengakhulumi nabo ngaphandle komfanekiso. "- MATHEWU 13: 34. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa ngokungafani nokuduma kwezulu, uEliya wayengeyena ummemezeli wezimvula ezinkulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kamuva uJesu Kristu waphinde wawugcizelela lomthetho kubalandeli bakhe wabe esenezela: "Lona umyalo omkhulu kunayo yonke nowokuqala." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
ka - December 22, 1964, amakhasi 3 - 11 ne - Nqabayokulinda ka - April 1, 1966, amakhasi 160 - 7 neka - April 15, 1966, amakhasi 184 - 7. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kwadingeka ukungenela okuyisimangaliso kukaJesu uqobo ukuze uPawulu ashukumiseleke ukuba alungise izinkolelo zakhe. - IzEnzo 9: 1 - 6; 26: 14. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kuhle ukuzibuza: 'Ingabe ngiyaqiniseka ukuthi lokhu akuyona imfundiso nje yenkolo? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ufundeni ngesithunzi endleleni uJesu aphatha ngayo umuntu othile owayenochoko? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abaningi baye babhala izincwadi zokubonga. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
F UJesu waseNazaretha | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Namanje lisenamandla okuthinta abantu, ngaleyo ndlela lizifakazela ukuthi aliphelelwa isikhathi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Iseluleko sakhe kubafundisi abakanye naye siqukethe ukusikisela okuwusizo amaKristu osuku lwanamuhla afundisa obala enza kahle ngokukucabangela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yingakho uJehova abenqabela abantu bakhe, amaJuda, ukuba alingise lawo maqaba. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ungavumeli ukuhaha kukwenze uphanjwe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngisho nalapha, ukulandisa akuvumelani. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho u - Israyeli wafunda kabuhlungu ukuthi kuyize kangakanani ukuthembela ezinhlanganweni zabantu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
IBhayibheli lithi: "Uthando luyabekezela, uthando lumnene, alunamhawu... aluzifuneli okwalo." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma uDeveli engekho, khona - ke ubuKristu bebulokhu bufe emnyombweni kusukela ekuqaleni. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokuqiniseke kakhulu! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Akekho umuntu omaziyo ofile futhi ayikho nento embi eyenzekile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UPawulu wabhala: "Ngoba akuzona izitha ezingabantu okufanele silwe nazo, kodwa nabaBusi naMandla abavela ebumnyameni balelizwe, ibutho elingokomoya lobubi obusezulwini." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngezinye izikhathi, uJehova wayeduduza abantu bakhe ngokusho isikhathi esiqondile, esiseduze noma esikude, ababeyokhululwa ngaso. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kuyajabulisa ukuthi abaningi balabo bantu abathutha - kuhlanganise nami - baye bathola ingcebo engokomoya. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yebo, ubengaba yilo! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yini okumelwe ngiyigweme engase ivuse isifiso esingahlanzekile? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakolunye uhlangothi, uKlarreich weluleka abaqashi ukuba baqaphele izisebenzi ezibonakala zikhandlekile futhi bazisize kakhudlwana, baziphungulele omunye umsebenzi noma basikisele ukuba zithathe usuku lokuphumula. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yebo, ukuhlakulela uthando ngoNkulunkulu nokumesaba okunempilo - hhayi ukwesaba ukuhlushwa esihogweni - kungasishukumisela ukuba senze intando yakhe ukuze sijabule phakade. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kumane nje kungaphezu kwamandla abo ukunikeza uhlobo lwekusasa esilufunayo, kungakhathaliseki ukuthi bangase babe nezinhloso ezinhle kanjani. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Eqinisweni, uJehova watshela uMose: "Awunakubona ubuso bami, ngokuba akukho - muntu ongangibona, aphile." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukunambitheka Okwathonya Izwe | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa cabanga: UJesu Kristu wayeyindoda ephelele enokholo oluqinile kuNkulunkulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
NgokweDiplomatic World Bulletin, okusanda kutholwa iqembu lososayensi abangu - 80 abavela emazweni angu - 25 kubonisa ukudleka kweozone ngamaphesenti amathathu eYurophu naseNyakatho Melika phakathi neminyaka eyishumi edlule. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Sekusele inyanga eyodwa kuthethwe icala, kwafika umshushisi ovela ePrague waphenya ngamunye wethu thina bazalwane abangu - 12. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngangibabona behluke ngempela ezweni, beyilokho engangifunde eBhayibhelini ukuthi labo abasenkolweni yeqiniso kufanele babe yiko. - Johane 17: 14 - 16; Jakobe 1: 27. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe isicabucabu nobulembu baso obuqine njengensimbi kwazivelela ngengozi, noma ingabe kuwumsebenzi woMdali ohlakaniphile? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.