sentence stringlengths 1 163k ⌀ | ISO-639-3 stringclasses 736
values | script stringclasses 7
values | domain stringclasses 70
values | lang_family_1 stringclasses 9
values | lang_family_2 stringclasses 21
values | lang_family_3 stringclasses 22
values | lang_family_4 stringclasses 44
values | lang_family_5 stringclasses 56
values | label stringclasses 746
values |
|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|
EFrance, Imfundo Ephakeme Yezesayensi yayiqiniseke kakhulu ukuthi kwakukhona ukuphila kuyiMars kangangokuthi yakhipha umklomelo owawuzonikezwa umuntu wokuqala owayengakhulumisana nanoma yibaphi abantu abahlala kwamanye amaplanethi ngaphandle kwabantu abahlala kuyiMars. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma ubungase uhlale, nawe ubuyobhekwa njengomunye wabo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abantu babegubha iPhentekoste, okwakuwumkhosi ongcwele owawuba sekuqaleni kokuvunwa kukakolweni. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UJESU wayazi ukuthi amahora okugcina enabaphostoli bakhe ayeyoba yigugu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma indoda ihola ekuboniseni uthando nenhlonipho, umkhaya wonke uyobusiseka. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Funda ukuthi ungazivikela kanjani wena nomkhaya wakho ekusebenziseni kabi imithi kadokotela, okusongela impilo nokuphila. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
"Nani bobaba, ningabacasuli abantwana benu, kodwa qhubekani nibakhulisa ngesiyalo nangokuqondisa umqondo kukaJehova." - Efesu 6: 4. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
* Abangane bakhe bamxwayisa ngokuba yingozi kokushicilela lokho ayekutholile, kodwa uWhiston wayengenakukwazi ukukushalazela lokho ayekubheka njengokuhlanekezelwa kwalokho uJesu ayikho ngempela, okuwukuthi uyiNdodana kaNkulunkulu futhi wadalwa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Okwesibili, sinobufakazi obuqinisekisayo babantu abaduduzwa uNkulunkulu - abantu bangempela, bamanje nabesikhathi esidlule. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Indodakazi yami yayisizokutholaphi ukudla kwethu nendawo yokuhlala? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho - ke, uJesu wayengeyena umsunguli wesigijimi soMbuso ayesishumayela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, wabonwa futhi waboshwa edolobheni laseGeneva elingasemngceleni, lapho izwi likaCalvin laliwumthetho khona. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngangiselusizi ngenxa yendodana yami futhi ngilangazelela induduzo, kodwa akazange akhulume ngisho nokukhuluma ngomntanami. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Maphakathi nekamu kwakunezindlu zangasese ezihlelwe kahle nezindawo zokuwasha izingubo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokwesibonelo, yize kunezinkulungwane zezinhlobo zomiyane, yilabo bohlobo lwe - Anopheles kuphela abadlulisela umalaleveva - isifo esibulalayo emhlabeni esingesesibili ezifweni ezithathelwanayo (silandela isifo sofuba). | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Indlela oncwela noma onquma ngayo izinzipho zakho ingazenza ziqine noma zibe buthakathaka. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
futhi kukhonjwé uMathewu 6: 9, 10 noDaniyeli 2: 44. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
"Umbuso wezwe ngempela uye waba umbuso weNkosi yethu nokaKristu wayo, futhi iyobusa njengenkosi kuze kube phakade naphakade." - IsAmbulo 11: 15. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngakho - ke, ngaphambi nje kokuba uMose afe emngceleni weZwe Lesithembiso, uNkulunkulu wabhekisela kulokho okwenzeka eKadeshi - Barineya wabe esebonisa ukuthi iphutha likaMose laliwukuthi wahluleka 'ukungcwelisa uNkulunkulu phambi kwamehlo abantu.' - Numeri 27: 12 - 14. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izijeziso zokwehluleka ukulalela lemithetho zazingaba ukuhlushwa, ukuboshwa, noma ukubulawa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
IZIGIDI zemikhaya emhlabeni wonke kuye kwadingeka ukuba zibhekane nelungu elinokuphazamiseka kwemikhuba yokudla. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Emibhalweni yesandla yesiHeberu, leligama livela njengongwaqa abane kuphela, YHWH, futhi abaningi bayagcizelela ukuthi ukuphunyiselwa okuyikhona - khona okuthi "Yahweh," hhayi okuthi "Jehova." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
ILANDISWA UDALE IRWIN | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lapho u - Erich ebona ukuthi ngangizimisele ukubuyela esontweni lami langaphambili, wanginikeza lesi seluleko, "Ulalelisise kahle bese uqhathanisa." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Okufundiswa iBhayibheli: Incwadi yesibili kaPetru 3: 9 ithi uJehova "akafisi ukuba kubhubhe namunye kodwa ufisa ukuba bonke baphenduke." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abafowethu nodade abathandekayo ebandleni lethu elisha basenza sizizwe sithandwa futhi sidingeka. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nakuba zona zazisiqonda isiGreki, zazilahleka emaphuzwini angekho obala. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ubaba nomama ngaphambi nje kokushona kukababa | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe Kunzima Ukuthokozisa UNkulunkulu? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
E - Asia - I - Bon Festival (Umkhosi waseJapane wokuhlonipha imimoya yokhokho) | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lihluleka ukulalela lesosixwayiso, iningi laqhubeka enkambweni yalo yokuhlubuka futhi lenqaba uJesu njengogcotshiwe kaJehova. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lokhu kwakufaneleka ngoba igama elithi "ibandla" ezilimini zakuqala zeBhayibheli lisho iqembu labantu abahlangana ndawonye ngenjongo ethile noma umsebenzi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngaleyondlela, u - 1992 uyosondeza amaKristu athembekile eduze nezwe elisha likaNkulunkulu elithenjisiwe, okuyoba khona kulo ukulunga, ngesikhathi esingangonyaka. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izindlela ZikaJehova Ziqondile | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngezinye izikhathi, ungase wenze izinto zibe zimbi kakhulu ngokuzehlukanisa nabanye abantu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isilinganiso sesikhathi sokuphila kwezizukulwane eziyishumi kusuka ku - Adamu kuya kuNowa sasingaphezu kweminyaka engu - 850. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Inkinga yegilo ingaqala kancane kancane ingabonakali, ngakho kungaphela iminyaka umuntu enayo kodwa engazi | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, leso akusona isizathu sokulahla ithemba. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
EBhayibhelini, igama elithi "thethelela" ngezinye izikhathi lihunyushwe lisuselwa egameni lolimi lokuqala elinomqondo wokudedela okuthile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
INDLELA IBHAYIBHELI ELAKUSHINTSHA NGAYO UKUPHILA KWAMI: Mina nentombi yami saqala ukuzifundela iBhayibheli kodwa sasingezwa lutho. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
(a) Yini umuntu ngamunye kithi angase ayenze ukuze avimbele ubuzenzisi bungabi nampande enhliziyweni yakhe? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Noma kunjalo, wakujabulela ukulalela kukaJesu ngokuzithandela nalokho okwakuyofezwa ukuhlupheka nokufa kwakhe. - IzAga 27: 11; Isaya 63: 9. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isibonelo sesithathu: Iqembu loFakazi abasebasha babedla esitolo okudlelwa kuso, futhi lamangala lapho umuntu elingamazi efika etafuleni futhi ekhokhela ukudla kwalo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
(The New York Times, March 25, 1989), nesithi "Ubhapathizo Lokucwiliswa Lujabulela Ukuvuselelwa" (The Houston Chronicle, August 24, 1991). | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngale nkathi, izwi, njengoba lalisabaluleke kakhulu kuyi - opera, laqala ukuba yisici esivelele kakhulu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Cela amacebiso kubazali abakuthola mhlawumbe nakubangane abavuthiwe ebandleni lobuKristu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
OFakazi abaningi baye bakwazi ukuxoxa nezihlobo ezingakholwa ngeqiniso leBhayibheli ngemva kokulindela isikhathi esifanelekile ngokubekezela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa kuthiwani ngalabo abaphila ngesisho esithi: "Ziqhenye ngento yakho"? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UYasuko, * umJapane omncane ngomzimba, manje oseneminyaka engu - 15 eshadile, watshela iPhaphama! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isifundo Ezibonelweni Zangaphambili | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Futhi kuthiwani ngamazwi kaJesu lapho ethi: "Abampofu ninabo ngaso sonke isikhathi"? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, ngezinye izikhathi wayesebenzisa abahluleli abangabantu. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ezinye izikhungo zabangenamakhaya zinikeza izinkonzo ezithile ezihlelelwe ukusiza abantu bagqabule empilweni yokungabi nakhaya. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Iluphi udaba olwalusongela ubunye bebandla lobuKristu lekhulu lokuqala, futhi lwalungaletha yiphi ingozi? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
IZwi lakhe, iBhayibheli, lisifundisa indlela efanele yokumkhulekela. - Johane 17: 17. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Encwadini eyabhalwa ngo - November 20, 1861, iya eSigayweni Semali sase - United States., uNobhala Wezimali uSalmon P. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Bonke ababika babulawa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Siyakwamukela Ekhaya, Ndodana! | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yayingeve iyinhle. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
UMalaki 3: 1 - 3 uchaza isikhathi - kusukela ngo - 1914 kuya ekuqaleni kuka - 1919 - lapho "amadodana kaLevi" agcotshiwe ayeyongena enkathini yokucwengisiswa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngenxa yokudunyazwa ububi babo, uNkulunkulu washintsha isimo sakhe sengqondo sokuba uMdali wabantu waba umbhubhisi wabo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Yiqiniso, ukuba nombono onjalo olinganiselayo akulula. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Akudingekile ukuba ngisho ukuthi impendulo yami yaba nguyebo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Abafundi bakhuthazwa ukuba bakhumbule intilibathwa yokwaziswa abakuthole eSikoleni SaseGileyadi, kube njengokungathi bakubophe njengebhande lasebunzini phakathi kwamehlo abo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokufanayo, akuthina sonke emkhayeni kaJehova wabakhulekeli esenza umsebenzi ofanayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kusukela ngo - 869 C.E., yaba yisonto lombhishobhi lase - Athens. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nakuba izimo zikaDavide zashintsha kaningi ngokuhamba kweminyaka, wahlale eqiniseka ukuthi uJehova uyazinakekela njalo izinceku zakhe eziqotho. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Nokho, i - UC Berkeley Wellness Letter ikhipha lesi sixwayiso: "Ungaziniki uju izingane ezingaphansi konyaka ubudala." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Futhi wayengakholelwa ukuthi ukuze uthole intethelelo ezonweni kudingeka uvume izono kubefundisi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njengoba ekugcineni leli gagasi lifika kithi, kwakunzima ukuphefumula. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Futhi abezokwelapha abakawunqobi umshayabhuqe wanamuhla wengculaza. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kwakuqala ngqá ukuba igama likaJehova lisakazwe kabanzi kangaka eJalimane. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ihlolamvula - Alishiywa Yilutho | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngizozama ukuwachaza ngendlela ecacile. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isihloko sethu sonyaka sika - 1996 kumelwe sibhekwe kanjani? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokunengqondo, kungaba noNkulunkulu oyedwa kuphela ophilayo noqinisileyo, uMbusi wendawo yonke, uMdali. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Igama Laphezulu Seliyabizwa Kwa - Israyeli | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngumalusi. - Genesise 4: 2. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
AmaBhayibheli ahlanganiswa endaweni eyodwa yokuqoqa ukuze kamuva ayiswe emabandleni oFakazi BakaJehova futhi asakazwe kulabo abawadingayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Isipho sokuphila okumi phakade kufanele saziswe futhi sihlanganyelwe nabanye. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kodwa manje, imimoya enamandla ithumela lezingcolisi ezindaweni ezikude - ngokuvamile kwamanye amazwe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Lesi sihloko sangenza ngazama ukuqonda ukuthi kungani izinto zenzeka kanje kithi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
NguJehova kuphela oyolivula lapho sekufike izwe elisha. " | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Izinkinga Zendawo Ezungezile | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Noma kunjalo, kungenzeka ucindezeleke kakhulu uma imisebenzi yakho evamile ikwenza ungalitholi ithuba lokuphumula noma lokubhekana nezimo eziphuthumayo ezingase zivele. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokwesibonelo, umKristu oshadile welulekwa ukuba abe nesikhathi azosinikela ekujabuliseni umngane wakhe womshado. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Njalo ngenyanga, kuthunyelwa izincwadi ezicishe zibe amathani angamakhulu ayisishiyagalolunye emhlabeni wonke, zisuka kulesakhiwo esikuFurman Street noma endaweni eseduze yokunyathelisa ziye ethekwini lemikhumbi ukuze zithunyelwe kwamanye amazwe. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ingabe ungalubeka esakhiweni esithile esincane? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ukuba inkimbinkimbi kwayo yonke le nqubo kuyakhexisa. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Cabangela lokhu okulandelayo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ngokuqinisekile, ukuvumelana kweBhayibheli, ubuqotho balo, ukugcwaliseka kweziprofetho, nezinye izici eziningi, kunikeza ubufakazi obanelisayo bokuthi "yonke imiBhalo iphefumulelwe uNkulunkulu." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
NGAZALWA ngo - November 17, 1949, eTapachula, eChiapas, eMexico. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Bathi: "Uma ufuna ukuba uFakazi, kumelwe uphume uphele lapha ekhaya." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Ubani kithi ongahlabeki umxhwele lapho ebona ilanga liphuma nalapho seliyozilahla kunina? | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Noma kunjalo, kudingeka sikhule okholweni nasolwazini ukuze sibe "indoda ekhule ngokugcwele, esilinganisweni sobukhulu esingesokugcwala kukaKristu." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Amalangabi ayemakhulu kangangokuba awabulala amadoda enza lomsebenzi. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Noma kunjalo, amaJuda athembekile, njengoDaniyeli nabangane bakhe abathathu, enqaba ukulolongwa abantu baseBhabhiloni ukuze afane nabo. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Phakathi kwalabo abahlala kulesiqhingi esincane kwakunoFakazi BakaJehova abacishe babe ngu - 800 emabandleni ayisithupha. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Uma kunjalo, yazi ukuthi uJehova uyakukhathalela. | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Kanjalo, abafileyo babhekwa 'njengezici ezihlanganisa umphakathi wabantu baseAfrika futhi ngokweThe New Encyclopœdia Britannica, ukubahlonipha kuthuthukisa "ubunye bomkhaya." | zul | Latn | mt560 | Niger-Congo | Atlantic-Congo | Volta-Congo | Benue-Congo | Bantoid | zul_Latn |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.